UKUSHINTSHA umoya nokwamukela isinqumo somqeqeshi weqembu elisha sokumdlalisa endaweni angakaze ayidlale kube nomthelela ...
BASAGCWELE amathafa abasolwa ngokulalela unyendle umdidiyeli wamabutho kaZulu esifundeni iKing Cetshwayo, uSenziwanjani Xulu.
ISIKHWAMA esixhasa ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), ...
UKUZIZWA usesimweni sokuthi engathi ungalokhu udla ukudla nje kunoma yisiphi isimo obhekene naso, ngisho ungasaphushwa ...
IKHABHINETHI yakuleli isixwayise izikole ezibamba amariphoti abafundi ngoba bengayikhokhile imali yesikole ukuthi azipheze ...
Le ntokazi ingene kulo msebenzi esiwuthatha njengobizo ngemuva kokuphuphunyelwa yisisu ngenkathi yenza izifundo zeVisual Arts ...
UBUHOLI be-ANC buzoqhubeka nombhidlango wokwakha kabusha inhlangano KwaZulu-Natal. Okhulumela i-ANC, uNkk Mahlengi ...
Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
KUZOSALA kukhalwa emaqenjini asemibangweni eyahlukene kwi-English Premier League (EPL) njengoba inqwaba yezithenjwa zawo kuzomele ilubangise eMorocco ukuyomela amazwe kwi-Africa Cup of Nations (Afcon) ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results